INHLANGANO exazulula izinkinga zabantu bakuleli zemali, iNational Financial Ombud (NFO) isixwayise abantu ukuthi bangazifaki ...
UMPHATHISWA wezokuThuthukiswa koMnotho, ezokuVakasha nezeMvelo KwaZulu-Natal, uMfundisi Musa Zondi uthi ezokuvakasha ...
UZIFAKE emabhukwini omlando omqoka ebholeni laseMzansi umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, oyihole yazibekisela indawo emqhudelwaneni i-Africa Cup of Nations (Afcon) ezoba eMorocco ngo-2025.
EMALOKISHINI kubizwa ngokugwarana kanti emakhaya kubizwa ngokugconana ekubeni phesheya kwezilwandle bakubiza nge-roast.
I-ESKOM ikhumbuza abantu ukuthi babheke izigubhu zabo ukuthi ziyahambisana yini nohlelo olusha kungakashayi uNovemba 24 ngoba ...
Umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, ufuna badlalele ukuyehlula i-Uganda nakuba bezongena enkundleni sebekuzuzile ...
ITHIBELENE phakathi kwe-ANC ne-DA ePhalamende kulandela ukuthi uNgqongqoshe wezokuXhumana ehoxise ukumunyungwa ...
KUDLA ephaketheni likahulumeni phakathi kuka-R3 800 kuya ku-R4 000, ukugaya amaphepha akwa-matric abhalwa umfundi ngamunye.
Izinto zimhambela kahle uDavids selokhu efikile. Kunabalandeli beSimba asebeqalile ukuthi uzozibuyisa izinsuku zenjabulo.
UNOZINTI waseKenya ofike kwiRichards Bay FC wadla ijezi, u-Ian Otieno, uvule isifuba ngokubukela kwakhe cishe yonke into ...
UMQEQESHI wamaBhokobhoko, uRassie Erasmus, ubophele abadlali abahlukile eqenjini elizobhekana ne-England emdlalweni wesibili ...
Kuye ngamagama enkehli iBafana Bafana ijuqa i-Uganda emdlalweni wokuhlungela i-Africa Cup of Nations (Afcon) ekubeni isivele ...